Ngitholakala ngama weekends kuphela. During the week ngiyasebenza. Langihlala khona anginayo imithi
ngiyi order amagxolo emithi uma kukhona asebethengile so uma ufuna ukuzongibona still kumele usho usizo oludingayo kuqala
ngoba imithi angihlale nginayo.
Enza isiqiniseko sokuthi uyayazi ipep number yakho,hai i-tel number kodwa inumber yokuposa kuyasiza ukuthi ngazi both number negama laka pep to confirm.
Uma une disapearing messages ngingacela uyi turn off ngoba angihlale ngi online kuyenzeka uthumele message kudlule izinsuku ngingaphendulile, mase ngithi ngiyaphendula inumber isinyamalele
Ngixoxa nabantu abaningi ngiyakhohlwa nama appointments so ubovuka ungikhummbuze that day ye appoiments.
Izindlela zokuthola imithi zimbili kuphela:
uhlangana nami epinetown ngama weekends
Or ngikuposele - ngiposa epep or ngiyaposa nge speed mail to post office eseduze nawe kuthatha 2 days ifike
ngiposa ngama weekends kuphela.
Amaproducts ami awatholakali ezitolo okwamanje kodwa ngelinye ilanga ayongena ezitolo
Anginawo ama branches or suppliers, ngelinye ilanga ngoba nama branches kuwowonke amaprovice maybe ngo 2023
Uma kwenzeka umuthi singawutholi sizokukhokhela refund, lokho sikwenza nge bank account lena okhokhe kuyona
senzela ukuthi singakhokhi i-tax ka Sars kanti imali sesiyibuyisele kwi customer,
so angeke siku refund nge ewallet, komele ube ne bank account ukuze sikubuyisele imali or
usebenzise bank account yesihlobo sakho.
I-refund kungenzeke ithathe 3 working days ukuvela uma ubhenka nebhenki elingafani nelami. Komele ufunde ukubekezela ulinde
Scammers
Kunabantu abaningi abafika kumina beqoliwe izinyanga abangazi online,
kuyaxaka ukuthi abantu baqolwa izinyanga ezingabelungu, izinyanga zase north africa.
Ayikho into eyenziwa izinyanga zase north africa thina esingakwazi ukuyenza,
uma beyizinyanga ezincono yinindaba bengalaphi ngasemakubo?
Uma uqoliwe kwadliwa R50 000 wakho vula icala. Abanye baqolwa izinyanga
ezithi thumela isithombe sakho nesithandwa sakho ukuze bezokubuyisela isithandwa sakho.
Kuyaxaka ukuthi niyakwazi ukukhipha R10 000 ukubuyisa isithandwa niqolwe,
kodwa ni complaine uma nginenzela izikhafuli ezintathu ngo R200.